Ngokuya ngomthetho wokuncephezelwa kwabalimele noma abahlatshwe wukugula besemsebenzini ka 1993, abaqashi bagunyazwe ukuthi babike konke ukugula noma zonke izifo ezibangwa ngumsebenzi kubesikhwama sesincephezelo.
Abaqashi kumele bagcwalise umbiko wabaqashi wukugula okubagwe ngumsebenzi i zingakapheli izinsuku ezingu 14 emva kokuthi bazi ngesifo.
umbiko wakuqala wesimo sesigulane wesifo esibagwe ngumsebenzi isicelo sesincephezelo sesifo esibagwe ngumsebenzi ifomu elilandisa ukusebenzela endaweni ethile ebange isifo imibiko yesimo sesigulane , sizesiphole isigulane umbiko wokugcina kadokodela wesifo esibagwe ngumsebenzi. , uma isigulane sesipholile incwadi yokupopola izindlebe, uma umsebenzi eye wagcina eyisithulu angasezwa ezindlebeni ngenxa yokusebenza endaweni enomsindo kakhulu i-ENT okuyiripoti esipeshela ezohambisana nencwadi yokupopola izindlebe uma kudingekile umbiko wokusebenza kwamaphaphu uma isifo singesamaphaphu umbiko wesikhumba uma isifo singesesikhumba, mbiko wokusebenza kwegazi, kwamathe, isikhohlela ieksireyi kanye nokunye nje.
Kungathatha izinsuku ezingu 60.
